LaSauce (Sindi)
Emafini
[Intro]
Sthandwa anginawo aminingi
Injabulo yakho igcwele kimi
Inhliziyo yami ingaba yini?
Uthando lungbeka emafini

[Pre-Chorus]
Oh love wanelisa imizwa yami
Oh love wena ulithemba lami
Oh love wanelisa imizwa yami
Oh love wena ulithemba lami

[Chorus]
Baby
Mfundumalo yami yasebusika
Umoya wami uhlalu-happy
Uwena wedwa ongokhethekile
Baby baby
Mfundumalo yami yasebusika
Umoya wami uhlalu-happy
Uwena wedwa ongokhethekile

[Post-Chorus]
Sthandwa anginawo aminingi
Injabulo yakho igcwele kimi
Inhliziyo yami ingaba yini
Uthando lungbeka emafini