Zola 7
Lwandle
[Chorus]
Don't believe a word they say
Turn around and walk away
Make your world a better stay
Listen to your daddy
Ngob' uthando lwami lungango lwandle
Ngob' uthando lwami lungango lwandle

[Verse 1]
First ngibonga ubaba ngokuthi angiphe wena
So ngathi igama uLwandle ngoba ngikhuphula yena
Amaphutha ngiwenzile kodwa uvele wangixolela
Umntwana muni yintombazana heee ngavele ngahleka
The day you were born baby ngashintsha unomphela
I knew sengithole umuntu engifuna ukuphilela yena
You changed my life
Khula lova yonke into ibeyindlela
Umhlaba'uyahlaba hlalehlombe mina ngihlome lendlela

[Chorus]
Don't believe a word they say
Turn around and walk away
Make your world a better stay
Listen to your daddy
Ngob' uthando lwami lungango lwandle
Ngob' uthando lwami lungango lwandle
[Verse 2]
I life iyabheda yazi
Bazokukhohlisa yazi
Ugad' isono, uvul' amehlo mawujule ngolwazi
Udlule bekuvalele dali ufane namanzi
Uvule iyindlebe ulalele, ungazitsheli ukuthi uyazi
Ufane nenkonyane Ma uwulandele inkomazi
Ukhonze kubaba ngoba yen' emkhulukazi
I didn't have much ngoba wangishiya ubaba
But I'm everything I am ngoba wang'thanda umama
I'll do the best I can ukuthi ngibe ubaba
But I need a favor kuwe ngifuna umntwana
If I ever do wrong you have a right yok'khala
I life isaqhubeka azovela amaphutha
Baby akekho ozokuthinta phela mine ngiyak'phahlela
Jama KaSjadu Sibal'khulu Sigwinya mkhonto notho lwaso
Nkomo zidla ekhaya ngoba ziswel' abelusi
Ngiyakuthanda baby yazi
Uyindlovukazi

[Chorus]
Don't believe a word they say
Turn around and walk away
Make your world a better stay
Listen to your daddy
Ngob' uthando lwami lungango lwandle
Ngob' uthando lwami lungango lwandle
[Bridge]
Baba ngibonga lengilosi ephambikwami efana nami
Yes I'd love to be your daddy
Won't you please just be my baby
And I will always understand
And I will always comprehend
And I will always be your friend
Hold my hand come on baby

[Chorus]
Don't believe a word they say
Turn around and walk away
Make your world a better stay
Listen to your daddy
Ngob' uthando lwami lungango lwandle
Ngob' uthando lwami lungango lwandle