Plan B (UK)
Ngizobuya
The love you keep on giving me is so amazing
Uthando lwakho nemfudumalo yakho
Wena wisbani sami
Phela wena withemba lami
Baby girl You my ride or die
Baby girl You the one I love
Bengay'lutho phela mina Maw'fika kimi
Kwiz'vungu vungu-ke baby Bohlal' umile
Noma seng'dlal izinto
Mihlanamalanga silwa
Wena ubuhlalumile
Kuhlekweqhaw' empini
Ngithath' umthwalo wami Ngibheke le Ezintabeni
Angazi ng'zofika kunjani kodwa K'mele ngihambile
Ngiyozamela mina nawe
Ngiyozamela umama noBaba

Hlala nami Ngizobuya
(Enhlizweni yakho)
Ithemba lami-ke likuwe
(Yele Yele Yelе)
Nomaseng'hamba ngzobuya
(K'yaphoqa ngihambe my dali)
Mak'phel inyanga ngizobuya
(Aaahhh еshe)
Hlala nami Ngizobuya
(Enhlizweni yakho)
Ithemba lami-ke likuwe
(Yele Yele Yele)
Nomaseng'hamba ngzobuya
(K'yaphoqa ngihambe my dali)
Mak'phel inyanga ngizobuya
(Aaahhh eshe)
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My babe
Ungabanaki labo ndaba ndaba
Bayokhuluma Bakhulume Bathi mina seng'shintshile
They don't know about us
They don't know where we've been through
Ngibong' uthandolwakho
Isneke sakho nempatho yakho
You know that I'm always grinding
Ng'yofona mak'shonilanga
Ngizokubona makuphelilanga
Ngithath' umthwalo wami Ngibheke le Ezintabeni
Angazi ng'zofika kunjani kodwa K'mele ngihambile
Ngiye kwanyama kay'pheli
Kuyophela amazinyo endoda
Loluthando al'soze laphela mah
Kuyophela amazinyo endoda
Ngyophantela mina nawe
Konk' okwami kungokwakho

Hlala nami Ngizobuya
(Enhlizweni yakho)
Ithemba lami-ke likuwe
(Yele Yele Yele)
Nomaseng'hamba ngzobuya
(K'yaphoqa ngihambe my dali)
Mak'phel inyanga ngizobuya
(Aaahhh eshe)
Hlala nami Ngizobuya
(Enhlizweni yakho)
Ithemba lami-ke likuwe
(Yele Yele Yele)
Nomaseng'hamba ngzobuya
(K'yaphoqa ngihambe my dali)
Mak'phel inyanga ngizobuya
(Aaahhh eshe)
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My baby
Sthandwa sami My babe
Hlala nami Ngizobuya
Ithemba lami-ke Likuwe
Nomaseng'hamba Ngizobuya
Mak'phel inyanga ke Ngizobuya
(Aaahhh eshe)
Sthandwa sami My babe