Naima Kay
Thando
[Verse 1]
Kuhlwile kumnyama
Nhliziyoyami iyal'ukxola
Amehlo wami ayalukhiph' unyembezi
Ngiphoxwe ngothando
Bonke labantu bathembele kuwe
Ubathembisile konje kuzolunga
Zungangiyeki nami ngbambe ng'esandla
Ngifuna loluthando

[Chorus]
Wethando ngabe ukhona na?
Wethando ung'hlukumezile ungshinsthil' ingqondo
Thando, thando, thando
Ngabe ngobuye ngik'thembe na?
Thando, thando, thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?

[Verse 2]
Ang'sazwaz' nok'themba, themba unglimazile
Beng'fun' uthando mina
Lung'shaye phansi lunghlulile
Zungangiyeki nami ng'bambe ngesandla
Ngifuna loluthando
Zungangiyeki nami ng'bambe ngesandla
Ngifuna loluthando
[Chorus]
Wethando ngabе ukhona na? (Thando, thando, thando)
Thando ung'hlukumezile ungshinsthil' ingqondo
Thando, thando, thando
Ngabe ngobuyе ngik'thembe na?
Wethando ngabe ukhona na?
Wethando unghlukumezile uyshinsthil ingqondo
Thando, thando, thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?
Thando, thando, thando
Ngabe ngobuye ngikthembe na?