Zakwe
Ama Million (Remix)
[Intro: Musiholiq]
Hay' bo, laba banomona?
Asizubayeka, sisazo swenka
Buka nam' la' ngidedel' ihembe
Hay' bo, lalela
Nginuka kamnandi, ngidedel' ihembe
Asizun'yeka-ke ngin'chazele
'khona la' eng'sayobaqalaza khon'' yabo?
Ng'sayobabheka ukuth' basaphila na
Angith' uyayizwa leyonto?
(Nkabi, s'buyile manje)
Asizun'yeka
As'nalutho kodwa, sisazoswenka
Umswenko nje asizow'yeka, sizoswenka!

[Pre-Chorus: Musiholiq]
Nkabi, s'buyile manje seku late
S'phath' ama sweet', sweet chocolate
But we were never really gone
Ushuni k'phela lon' oshintshile

[Chorus: Musiholiq & Big Zulu]
Ngoba, s'swenka ngath' s'phath' ama billion, yeah, yеah, yeah, eh
La' ng'dlula khona k'sala k'shay' umoya, yeah, thеy know
Yeah, s'swenka ngath' s'phath' ama billion, they know
La' ng'dlula khona k'sala k'shay' umoya
(Ushun' wenkab')
Yeah, yeah, yeahh
(Shwele)
[Verse 1: Big Zulu]
Bafana ngomswenko ngu Nkulunkulu
Khuz' amadixa kunga suk uchuku
Shuni we Nkabi nga suk' uthuli
Masingena anokhuza ley' phukuphuku, ayy
Iy'bukubuku, zami nge ngeza akna ubzukuzuku
Khohlwa madixa ushukushuku
Kwa sukel' inkabi kwanuk' induku, ayy
Ake nikhulumeni
Shuni we ngeza ake nibukeleni
Kwa ngena ama nono animsukeleni
Siya shisa les'hlalo ake nisukumeni, eshu!
Anikhuphukeni
Ndwang' umlahlo anisiyekeleni
Mangi goba amadixa aning'khululeni
La wena uNgqongqoshe mina ngiw'hulumeni, eshu
S'phethe ama billion, ses'thule s'yabuka nje s'yeyisa
Ngan'tsheli nge million, ezami amabhinca nje phephisa
Ushuni weok'vumi nkosi, bakhala ngokuthi nje xegisa
Ngan' tsheli nge Lamborghini, uKhanyi Mbau ngam'thatha nge Cressida

[Pre-Chorus: Musiholiq]
Nkabi, s'buyile manje seku late
S'phath' ama sweet', sweet chocolate
But we were never really gone
Ushuni k'phela lon' oshintshile
[Chorus: Musiholiq & Kwesta]
Ngoba, s'swenka ngath' s'phath' ama billion, yeah, yeah, yeah, eh
La' ng'dlula khona k'sala k'shay' umoya, yeah, they know, yeah
S'swenka ngath' s'phath' ama billion, they know
La' ng'dlula khona k'sala k'shay' umoya, (Yeah), yeah, yeah, yeah

[Verse 2: Kwesta]
(Bheka, ekse)
If you give me a call, I might just ignore it
Unless ke of course, there's money involved
I'm not in control, ng'gqok' i-overall
Forget all that noise, I got over all
Ngila ney'godo, I fuck up the trees
K'gcwal' amaroto, after the cheese
Ng'drop-a ama blocks, ng'dlal' i-Tetris
Ngik'bhodlel' ingom', kujay've u-Patrice, ayy
Gave you a style and a tone
Showing defiance and bomb
I know that you dying to own it
But I just put Khai on the throne, eish
Hay'ke mpinci, hade but it's over
Siyasebenza aw'thol' i-win free, noma ushad' u-Oprah

[Verse 3: YoungstaCPT]
Double digits, Lottery ticket
I've gotta be wicked, in order to win it
The numbers I'm pickin', so don't force me
Keep it saucy, eat the korsie
Lottery draw me, call me Nimrod Nkosi
Etv, the blue movies
A sexy booty like Bucie
Now, baby, why you're so moody?
Addicted to the Coke Dope like Zoocci
Produce me, down to the finger tips
And all I ever wanted was the millions
Take my advice, or throw it in the bin
Don't give me the fish, I wanna be the fisherman
I feed the people no noodles
I got loyal bras, so who shoot you?
You don't wanna fuck with me or Big Zulu, do you?
[Pre-Chorus: Musiholiq & YoungstaCPT]
Nkabi, s'buyile manje seku late (Kapstaad)
S'pheth' ama sweet', sweet chocolate (Kapstaad)
But we were never really gone
Ushuni k'phela lon' oshintshile

[Chorus: Musiholiq]
Ende, s'swenka ngath' s'phath' ama billion, ah ah, yeah
La' ng'dlula khona k'sala k'shay' umoya, mmh, eh
S'swenka ngath' s'phath' ama billion, ah ah, yeah
La' ng'dlula khona k'sala k'shay' umoya

[Verse 4: Zakwe]
He bathi hallelujah Amen
Ak'kabi lula bayimele isavusa abalele
Le Nkabi inkunzi abayfela nge geja bayngcwaba, yavuka yahleka
Usungababuza bak'tshele indaba ak'lula bayingene makusho uJeneno
Abafake inyuk' abayphethe ke ene, lendwango akulula baythenge
From million to billion
Kdala sigqibile imona, sagil' imihlolo angithi si billion
Ngapha siy'ginqile indoda, kwadiliki indoga safika sakiph' igone
Njalo masi remixer ingoma basinikeza indondo and waphikisi i-ego
So we ga ga ga ga, qeda sicishi imikhono

[Outro: Musiholiq]
Phume eMlazi wawu kuphi sidli ikhakhi siyoba ngena
Senza one and we say inkabi zami zinqen' imess
Yaz asilali sivuk' ekseni sise manzi mausibheka
Man a lidlali igoni, it's always a tsunami when we land
Cause the drip is too much, and your list is temporary
Don't you stunt on me nge nani, bonke bagobile la kimi
Take a pic, shoot-a
Ngifun' mangbakhombis' nginjani'
Into engadingile anybody oh-oh, Musiq!