Nomfundo Moh
Isandla Sikamama
[Intro]
Yeah you know it

[Chorus]
Mama cel’ ung'khanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Ngikhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)

[Verse 1]
Empilweni yami (Iih)
Kuhambe kwahamba Inkosi yabiz' iQhawekazi lami (Iih)
Mihla ngemihla
Mina ngihlezi nginok'fisa
Ngilokhu ngilangazelela
Ukubon’ ubuso bakhe
Hay' uyadel’ osanomama wakhe
(Abanye balele emangcwabeni weh)

[Chorus]
Mama cel’ ung'khanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlеl’ ek'mele ngihambе ngayo
Ngikhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
[Verse 2]
Ndlovukazi yami enomoy’ obunene
Ntombi yakwabo enesineke eh (Eh heh)
Oh mina ngikhumbul’ umama
Ngiyalangazelela
Ukuthol’ eliny’ ithuba nawe
Ngincokole nawe
Impilo ngab’ ingcono ukube ngsesenawe

[Chorus]
Mama cel’ ung'khanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Ngikhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama cel’ ung'khanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Ngikhanyisele
Ulul’ isandla sakh’ ungibonise
Indlel’ ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)