Dlala Thukzin
Umusa
Mphefum'lo wami uyathobeka
Mangicabanga la siphuma khona
Bengingazi soze sifike la
Lomusa ongaka osinika wona
Mphefum'lo wami uyathobeka
Mangicabanga la siphuma khona
Bengingazi soze sifike la
Lomusa ongaka osinika wona
Eh Nkosi yami
Uz'ukhawuleze usheshe
Nkosi yami
Uz'ukhawuleze awenze
Imisebenzi iyabonakala...
WeNkosi yami
Uz'ukhawuleze usheshe
Nkosi yami
Uz'ukhawuleze awenze
Imisebenzi iyabonakala...

Bekungekho Lula
Ukuba la sikhona
Kodwa ngomusa
SiLa sikhona!!
Eh Nkosi yami
Uz'ukhawuleze usheshe
Nkosi yami
Uz'ukhawuleze awenze
Imisebenzi iyabonakala...
Eh Nkosi yami
Uz'ukhawuleze usheshe
Nkosi yami
Uz'ukhawuleze awenze
Imisebenzi iyabonakala...
Ijele alisekho
Ndlela zonke vuleka
Sikelela wena ngena...
Halala kumnandi ukuba lapha oh!
Bekungekho Lula
Ukuba la sikhona
Kodwa ngomusa
SiLa sikhona!!