Nkosazana Daughter
Esangweni
Ngilindeni esangweni
'Maning'lind' esangweni
Ngisendleleni ngibuy' eGoli
Ngisendleleni ngibuy' eGoli
Ngisendleleni ngibuy' eGoli
Sekuyisikhathi nilindile ngiyabuya namhlanje
Sekuyisikhathi nilindile ngiyabuya namhlanje
Ning'linde esangweni ngizobuya namakhekhe
Ning'linde esangweni
Ning'linde esangweni ngizobuya namakhekhe
Ning'linde esangweni
Kwakhala umama ekhaya athi buya sana
Zijikike izinto akusafani nak'dala
Ngob' ibusiso zami ngiz'thola kuye
Noma ngingayaphi ngеke kulunge
Amanzi wami ngiwathola kuye umama
Mina noma ngingashonaphi ngеke kulunge