Sjava
Ikhandlela
[Chorus: Sjava]
Lavutha laze laphela ikhandlela
Ngilokhu ngikulindile, awusafiki
Lavutha laze laphela ikhandlela, ngilokhu ngikulindile
Themba lami awusafiki
Yabona manje ngikhanyisa elokugcina, elokugcina, elokugcina
Umoya wami uyolal' ebumnyameni
Mawungagcina ungafikanga, ngiyodumala