Sjava
Ek’seni
[Pre-Chorus]
Ek'seni
Ek'seni

[Chorus]
S'thandwa sam ng'phendul' , ung'bambe, ungangyeki
Lakho lonke lothando s'thandwa angikuntshontsheli
Kuyoze kuphum'ilang' ekseni

[Verse 1]
Oh please baby, sekwanele s'thandwa sam
I'm afraid of heights no
And you just keep on taking me higher and higher, ngothando lwakho
Oh please dali, sekwanele s'thandwa sam
I'm afraid of heights no
And you just keep on taking me higher and higher, ngothando lwakho
[Bridge]
Lungi thathe lana, langi beka lana, langi susa lana, langi beka lana
Oh lufike ng'asa thembi ukuthi ng'yoke ng'thand' umuntu oh
Lungi thathe lana, langi beka lana, langi susa lana, langi beka lana
Oh lufike ng'asa thembi ukuthi ng'yoke ng'thand' umuntu
Yeah, yeah, yeah, yeah

[Chorus]
S'thandwa sam ng'phendul' , ung'bamb' hayi ungangyeki
Lakho lonke lothando s'thandwa angikuntshontsheli
Kuyoze kuphum'ilang' ek'seni
Kuyoze kuphum'ilang' ek'seni
S'thandwa sam ng'phendul' , ung'bambe, ungangyeki
Lakho lonke lothando s'thandwa angikuntshontsheli
Kuyoze kuphum'ilang' ekseni
Kuyoze kuphum'ilang' ekseni
S'thandwa sam ng'phendul' , ung'bambe, ungangyeki
Lakho lonke lothando s'thandwa angikuntshontsheli
Kuyoze kuphum'ilang' ekseni
Kuyoze kuphum'ilang' ekseni

[Verse 2]
Oh tell me, tell me, tell me, tell me (ng'tshele)
Ubukuphi sonke lesis'khathi ng'funana nomuntu ofana nawe (Maaye)
Ngaze ngambona onje ngawe
Owaziy'ukuthi ng'yini kuye
Ayokhathaz' umoya wam(Eshee)
Oh tell me, tell me, tell me, tell me babe
Ubukuphi sonke lesis'khathi ng'funana nomuntu ofana nawe(Brrrrrr)
Ngaze ngambona onje ngawe
Owaziy'ukuthi ng'yini kuye
Ng'bong' uthando lwakho mina baby ngoba
[Bridge]
Lungi thathe lana, langi beka lana, langi susa lana, langi beka lana
Oh lufike ng'asa thembi ukuthi ng'yoke ng'thand' umuntu oh (Esheee)
Lungi thathe lana, langi beka lana, langi susa lana, langi beka lana
Oh lufike ng'asa thembi ukuthi ng'yoke ng'thand' umuntu
Yeah, yeah, yeah, yeah

[Chorus]
S'thandwa sami, ng'phendul' ung'bamb' hayi ungangyeki