Sjava
Eweni
[Intro: Sjava]
Sala kutshelwa, mhlambe yimi
Mhlambe ngiyobona ngomopho

[Chorus: Sjava]
'Ngathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Bathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)
Angibambeki, angikhuzeki
Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe
Angibambeki

[Verse 1: Mzukulu]
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
Ngangithanda ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze...
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
Ngangichazwa ukuma kwakho
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje

Namhlanje ungumkami, ungumkami
Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje
Ngangikulobole ngenhloso eyodwa
[Chorus: Sjava]
'Ngathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Bathi ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni
Ngithi angisaboni noma konakala ngiwela eweni
Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)
Angibambeki, angikhuzeki
Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe
Angibambeki

[Verse 2: Anzo]
Yeyi, angikafun' ukuzwa lutho
Beng'ngak'funga ukufa kom'ntu
Ngang' ngak' qhuba ukusuka kothul'
Ng'yafunga, ngiyagomela
Makakuhluph' umuntu kulokhu
Lalingaqhuma ukhuni kumuntu
'Mayengacuphu uchuku umuntu
Wami engim'thandayo, oh yeah
Yena ulubambo, oh