Sjava
Uvalo
[Chorus]
God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho
Amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
Nawe sitha sami naka impilo yakho
Ukhohlwe yimi sonke sazalwa s'fumbethe
God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho
Amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
Nawe sitha sami naka impilo yakho
Ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe

[Verse 1]
Ngicel' ukukubonga Nkosi
Ukuthi ungigcine kwaze kwaba la
Ngikhalela abangaboni ukhuti
Uthando Iwakho luyaphilisa
Ungthule umthwalo ngathi uyabona
Bengekho ozongbambisa
Ake ngibonge nje lapho
Ngingabongi ok'ningi nje impilo
UNkulunkulu wenze imlingo ngempilo yami
From zero to hero wemngan' wami
Wathi kimi wemfana thatha la nali ikhono
Hamba uyobusisa abantu bami
Bayakhal' bayakhala sadedela isinamuva
Buka manje liyabukwa
Ndlala iphelile syasutha webafana
Ngith' webafana ngyinikhuza
Ngeke niymele 'mayisuka
Umona yifa leziphukuphuku
Wesitha sami syoshayana ngezulu
[Chorus]
God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho
Amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
Nawe sitha sami naka impilo yakho
Ukhohlwe yimi sonke sazalwa s’fumbethe
God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho
Amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
Nawe sitha sami naka impilo yakho
Ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe

[Verse 2]
Ukungdlela umona
Ngtshele kuyok'siza ngani
Noma ungangbulala ukuhlakanipha okwami
Nako kuyohamba nami
Ngiphilela impilo yami angilweli ukuba
UNumber one
Ngilwela ukphila nginakekele umndeni wami
Bangakhuluma bakhulume bakhulume
Kuze kuxege imilomo
Ngizoloku ngiyiphusha njalo
Lempilo eyiskorokoro
Cela okhokho baxoshe inzondo
Balethe umnotho matlohonolo
Aathi amakholwa ungafisi okwamakhelwane wakho
Neliswa yilokh' okwakho
[Chorus]
God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho
Amadimoni ngizowanyathela ang’sabi niks
Nawe sitha sami naka impilo yakho
Ukhohlwe yimi sonke sazalwa s'fumbethe
God is on my side anginalo uvalo ang'sabi lutho
Amadimoni ngizowanyathela ang'sabi niks
Nawe sitha sami naka impilo yakho
Ukhohlwe yimi sonke sazalwa sfumbethe