Sjava
Ushevu
[Intro]
Uyakhumbula uzama ukung'bulala ?
Ung'fakela ushevu waqeda wathatha iqatha
Kanti uzohlwa ukugeza izandla
Uyakhumbula uzama ukung'bulala ?
Ung'fakela ushevu waqeda wathatha iqatha
Kanti uzohlwa ukugeza izandla

[Pre-Chorus]
Nawe uyakujuqa
Nawe uyakujuqa
Nawe uyakujuqa
Nawe uyakujuqa
Wak'bulala ushevu

[Chorus]
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane

[verse]
Isigujiwe mbili imgodi
Engabe elakabani leqhawe eliyosala enkudleni?
Engabe umfazi kabani oyozila?
Wemnakwethu ungang'zondi
Lento yang'letha laykhaya nami
Ilena eyaletha nawe
Nami ngiyamthanda
[Chorus]
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane
Kancane, kancane
Kancane, kancane, kancane, kancane, kancane