Samthing Soweto
Samthing’s Interlude
Ngilindele wena ngicel'uvele
Ngival'amehlo ngizobona ngawe
Ngoba uthe kimi uzong'bona ngolwesibili
Khona manje olwesihlanu
Ngik'fonele kathathu
Aw'phenduli nefoni
Mpho
Mpho
Mpho

Yaz'is'hlungu ongenza sona
(Isihlungu lesi, 'hlungu lesi wo)
Sibuhlungu ngathi angeke ngaxola
(Isihlungu lesi, 'hlungu lesi wo)
Emami'ntliziyo igay'i'bozi
(Isihlungu lesi, 'hlungu lesi wo)
Khona manje olwesihlanu
Ngik'fonele kathathu
Aw'phenduli amafoni
Mpho
Mpho
Mpho