Blxckie
​uThando
[Chorus: Blxckie]
Ng'bambe, ng’bambe ngesandla, sandla
Eh ngithi ng'bambe
Ng'bambe ngesandla, sandla

[Verse 1: Blxckie]
Uthand’ ol'ngaka
Yaz' ngyasaba mina baby
Namhlanj' ulana
K'sasa kungashintsha
Konke, konke, konke
Konke, konke, konke
Uthand' ol'ngaka
Yaz' ngyasaba mina baby
Namhlanj’ ulana
K’sasa kungashintsha
Konke, konke, konke
Konke, konke, konke

[Chorus: Blxckie]
Ng'bambe, ng’bambe ngesandla, sandla
Eh ngithi ng'bambe
Ng'bambe ngesandla, sandlala

[Verse 2: 031CHOPPA]
Ngisaba nokufaka yon' indandatho
Ngisaba nokuvusa wen’ ungekho
Ngith' awukho, awukho, awukho
Ngisaba nokufaka yon' indandatho
Ngisaba ngizovuka wen' ungekho
Ngith' awukho, awukho, awukho
Mal'phela loluthando, nhliziyo ay'ngek' ivume
Yazi ng'yakthanda wentombi
Uyazi wen' ungowami ngempela
Mal'phela loluthando, nhliziyo ay'ngek' ivume
Yazi ng'yakthanda wentombi
Wentombi futh' ungowami ngempela
[Chorus: Blxckie]
Ng'bambе, ng'bambe ngesandla, sandla
Eh ngithi ng'bambe
Ng'bambе ngesandla, sandlala

[Verse 3: S.O.N]
Ngafa
Uthando lwakho
Oh uthando lwakho
Ngafa
Uthando lwakho
Oh uthando lwakho
Nhliziyo yam' iyavuma
Nguwe, nguwe
Ongiphethe kahle (Ongiphethe kahle)
Nhliziyo yam' iyavuma oh woah
Bathi yona wuwe
Heh kodwa kungashintsha konke
Ung'shiyela la ngaphandle
Ekubandeni ngingapha napha, kuphele konke
Ung'phul' inhliziyo, inhliziyo
Ung'phul' inhliziyo, oh weh, oh weh

[Chorus: Blxckie]
Ng'bambe, ng'bambe ngesandla, sandla
Eh ngithi ng'bambe
Ng'bambe ngesandla, sandlala
[Verse 4: Reason]
Ai Nkosi yam
Ng'cela nibheke intombi yam'
Ngelosi yam
Ma' wakwam ngibong' idlozi lami
Impil' ibancono wena mawuphambi kwami
Bese iba yisono wena mawulwa nami
You deserve all the Gucci, Balenciaga, Louis, Prada
MAXHOSA, the whole enchilada
The only name missing yis'bongo sami
The only thing missing inkomo zami
Imoto yami
Nyuku yami
Pozi lami
Konke kwami
Umama wami
Ubaba wami
Malume wami
S'thandwa sami
Thatha imoto yami
Inyuku yami
Pozi lami
Konke kwami
Umama wami
Ubaba wami
Malume wami
S'thandwa sami
[Chorus: Blxckie]
Ng'bambe, ng'bambe ngesandla, sandla
Eh ngithi ng'bambe
Ng'bambe ngesandla, sandlala