A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #

Sun-El Musician

"Emoyeni"

[Verse 1: Simmy:]
WeKhozi olumaphikophiko
Ngizokuthuma laph' eng'ngeke ngifike khona
Wena, weKhozi olumaphikophiko
Ngizokuphosa laph' eng'ngeke ngifike khona
Nalaph' umculo weth' ungakafiki khona
Wena ngiyaz' ukuth' uyoz' ushaye khona
Nalaph' umlayezo weth' ungakafiki khona
Wena ngiyaz' ukuth' uyoz' ushaye khona
WeKhozi

[Chorus:]
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
Emoyeni
UKhozi l'ndiz' emoyeni
A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #


All lyrics are property and copyright of their owners. All lyrics provided for educational purposes and personal use only.
Copyright © 2017-2019 Lyrics.lol