A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #

Blaq Diamond

"Isoka"

[Chorus]
Bengisoka lamanyala
Ubobabuz' emakhaya
Lezonsuku sezadlula
Lezonsuka sezadlula
Bengisoka lamanyala
Bengilishaya ikhanda
Lezonsuku sezadlula
Lezonsuku sezadlula

[Verse 1]
Westhando
Uwena wedwa ubambo
Batshele labo, mabanak' iyndaba zabo
Ilabo khando bakwenza ukuthi ufeele alone
Oh sweety I know, mucabanga ngami ushaw' uvalo
Yabo lomlando uzongimoshela amaplan enginawo
We sweety love oh
Ngizocela uk'bamba isandla sakho
Ngisafuna some more
Kuthando lwakho ngifuna some more
Ke nale rato, lentombazane mina I can't let go

[Chorus]
Bengisoka lamanyala
Ubobabuz' emakhaya
Lezonsuku sezadlula
Lezonsuka sezadlula
Bengisoka lamanyala
Bengilishaya ikhanda
Lezonsuku sezadlula
Lezonsuku sezadlula

[Verse 2]
Njengoba sixoxa nje
Yazi lamagama ngiyawaqoqa nje
Njengoba sixoxa nje
Abakudlis' ushevu ngiyabakhomba nje
Ulona nalona naloya
Mangicokama mina ngiyambona
Tell' em don't doubt
Tell 'em slow down
Uzohlez' ungowami wena
Njengoba sixoxa nje
Yazi lamagama ngiyawaqoqa nje
Njengoba sixoxa nje
Abakudlis' ushevu ngiyabakhomba nje
Ulona nalona naloya
Mangicokama mina ngiyambona
Njengoba sixoxa nje
Abakudlis ushevu ngiyabakhomba nje

[Chorus]
Bengisoka lamanyala
Ubobabuz' emakhaya
Lezonsuku sezadlula
Lezonsuka sezadlula
Bengisoka lamanyala
Bengilishaya ikhanda
Lezonsuku sezadlula
Lezonsuku sezadlula

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #


All lyrics are property and copyright of their owners. All lyrics provided for educational purposes and personal use only.
Copyright © 2017-2019 Lyrics.lol