Blaq Diamond
Qoma
[Intro: Big Zulu, Blaq Diamond]
(Shun' Wenkabi)
Yelelele (Yeah)
Oh we mama
Sweety my lavoh, yeah

[Chorus: Ndu Browns]
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam')

Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')

[Verse 1: Danya]
Heh ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi
Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away (Heh)
Ngithi qoma ntombi ngish' ukudla kwebhodw' ang'sakwazi
Iphelil' imali yam', iphelil' ama take-away
Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami
Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo
Masufun' umaqondana, ungikhumbule nami (Ungikhumbule)
Ngizok'thengel' i-perfume ebizayo
[Chorus: Ndu Browns]
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')

[Verse 2: Big Zulu]
Aw', eshu
Ntombi, kunini ngagcin' ukuzwa umama ekhaya ekikiza? (Aw' weh)
Kunini, ngagcin' uk'bona umakoti ebalen' ephithiza? (Aw' weh)
Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng'yathithiza
Awu, qoma ntombi, awu qome
Ngubo ziyabanda, ng'yak'vumel' ekhaya ushikishe (Aw' yeh)
Inkomo zigcwel' isibaya (Aw' yeh)
Mina eGoli ng'dlal' utshwala (Aw' wentombi)
Kekh' oyol'vusa lelikhaya
Hay' ubaba uyakhala, kuthani na?
Zulu liyana le makhaya
Aw', ntamba zakithi z'lel' is'thwathwa
Aw', ntombi liyash' ikhaza
Aw' inkomo zakithi zigcwel' isibaya (Wentombi)

[Chorus: Ndu Browns]
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona ntombi (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam')
Aw'qome ntombi k'nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek'bona (Oh sthandwa sam')
[Outro: Siya Ntuli]