Hlengiwe Mhlaba

"Esiphambanweni"

[Chorus: Kelly Khumalo:]
Wabethelwa ngenxa yami
Esiphambanweni sehlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esiphambanweni sehlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme

[Verse 1: Kelly Khumalo:]
WeNa, Jehovah, unesineke
Futhi uyangikhathalela
WeNa, Jehovah, uyangimangaza
Awufani, awufani nabo abantu
Ugcobisa ikhanda lami ngamafutha
Indebe yami iyachichima
Hallelujah useyiNgoma yami
Yoku-, yokudumisa

[Chorus: Kelly Khumalo:]
Wabethelwa ngenxa yami
Esiphambanweni sehlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
Wabethelwa ngenxa yami
Esiphambanweni sehlazo
Yingakho ngikudumisa
Ngithi uphakeme
A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #


Copyright © 2017-2020 Lyrics.lol