Kabza De Small
Esgela
[Verse 1: Aymos]
Assiancengi, sgudluz’iminyango
Impumelelo ngeyethu ngenkani
Ay, nezami siyafosta (Fosta)
Siyafosta
Impilo esiy’funayo iya costa (Costa)
Iya costa (Iya costa)
Asisakokoti, ses’gudluz’iminyango
Impumelelo ngeyethu ngenkani
Ay, nezami siyafosta (Fosta)
Siyafosta
Impilo esiy’funayo iya costa (Costa)
Iya costa (iya costa)

[Chorus: Aymos]
Ngikhumbul’ esgela, siphupha ngale mpilo
Namhlanje siyayiphila, sometimes angi believe-i
Kuthi kuyenzeka, baphi laba bebaphika
Ukuthi sizofika, akekh’ongasivimba
Ngikhumbul’ esgela, siphupha ngale mpilo
Namhlanje siyayiphila, sometimes angi believe-i
Kuthi kuyenzeka, baphi laba bebaphika
Ukuthi sizofika, akekh’ongasivimba

[Verse 2: Aymos]
Ah ngithi lеt’s operate something (Somеthing)
Ngifuna sishintshe isimo
Ng’phath’ama-meter, kuhanjwe ngemishini
Ay’siphume elokishini, sodwadla emakhishini
Mzabhabha we mansion sidleni lemali
Ay’mak’shube mak’shube, into yami ngizoy’mela
Nathi siyadeserve-a, angisho siyasebenza
Ay’mak’shube mak’shube,into yami ngizoy’mela
Nathi siyadeserve-a, angisho siyasebenza
[Chorus: Aymos]
Ngikhumbul’ esgela, siphupha ngale mpilo
Namhlanje siyayiphila, sometimes angi believe-i
Kuthi kuyenzeka, baphi laba bebaphika
Ukuthi sizofika, akekh’ongasivimba
Ngikhumbul’ esgela, siphupha ngale mpilo
Namhlanje siyayiphila, sometimes angi believe-i
Kuthi kuyenzeka, baphi laba bebaphika
Ukuthi sizofika, akekh’ongasivimba

[Verse 2: Eemoh]
Into makungeyakho
Ay’akekho ongakuvalela iminyango
Idlozi lakho malivumile
Ay’akekho ongalwisana nomsamo
Intando kabawo
Thina sifike lana ngok’ bekezela (Ngok’bekezela)
Besingazi kuzosisebenzela (Kuzosisebenzela)
Kodwa azange satembezela (Satembezela)
Bheka siya panyazela (Senzani)
Masisithelela
Sathi break heart,bas’biza ngama grootman
Besiphansi kodwa manje siyama kumkani
Sekumnandi si pass-a game ngabo kum laude
Spoon sami sekuy’ verse nama tune out
Mabee’ book-a sithol’ full price, stru nasi
Kdala sigudla, sifun’uk’sutha
Besihlekwa sicula, savuna buka
Sebayasivuma, sivutha
Uk’bekezela akulona iphutha, funda
Lempilo ngiyakhumbula siphupha ngayo
Bethi ngeke kulunge, ngeke siye ndawo
Azange siphele amandla ngoba bes’nothando
Izinto zajika manje siy’dla ngayo
[Outro: Eemoh & Aymos]
Siphupha ngale mpilo siyayiphila
Baphi laba bebaphika
Sizofika
Siphupha ngale mpilo