Kabza De Small
One on One
[Verse 1: Toss]
Eh sure
Alright, Toss, awuzwa
Ang'zengalang' uk'bhekelela
Zinja zam z'thukuthele
All we want yimpumelelo
Sebenzel' uk'ngenelela
Ngoba thina s'bekezele
S'bekezele chief, s'bekezele
Lalela, ungang'xoxel' inganekwane
I'm not a fan of fairytales
Uchith' is'khath' ongek' us'sule
Ng'fun' imali ng'khand' i-coin
If that "S" is not a dollar sign
Chief I cannot save it
Sengiskeem uRolihlahla k'lamalanga yinyakanyaka
I'm not a (Skrr, krrr, krrr)
Ng'phum' ekasi ungang'deleli
Bamb' еntomb' yakho ngezandl'
Ungamyekel' akhululеke seyifikil' iCassanova
Izomphendul' umakhwapheni
Umakhwapheni, kodw' inking' une-Oe

[Chorus: Pervader]
Noma ningeza one-on-one
Awunawuzoy'mela, yisuse k'dala ngomile
Phina leyo-Jager s'phuze bese s'yodl' inyam' yenhloko
Bade lami s'suthe fed' uyazi s'phum' ekasi thina
Noma ningeza one-on-one
Awunawuzoy'mela, yisuse k'dala ngomile
Phina leyo-Jager s'phuze bese s'yodl' inyam' yenhloko
Bade lami s'suthe fed' uyazi s'phum' ekasi thina
[Verse 2: Kwesta]
Yeyi, I'm an OG now who knew
I don't even know who knew
2022 still the Goat to do, yah wu-2022 still the Goat ungang'buzi
You said you want bars, ayisuke
Nomay'nini, noma kuphi kush' icypher az'shube
Never even wrote a diss bar ng'yafunga
Ukuth' niyaloya, so I had to diss bar a few and
Ngin'shiye ng'yojaiva
But I couldn't let everything I see H the art
I said C H and art, put that together
Bitch we make the charts
So ungalinge nje kau
Lokh'ya ngiz'biz uDakar ningalile nje kau
Ah ng'yakthipa nje kau, ungaphinde nje kau
Ngaph' uphina noPhindile, eh ng'sala ng'phinda mos kau

[Chorus: Pervader]
Noma ningeza one-on-one
Awunawuzoy'mela, yisuse k'dala ngomile
Phina leyo-Jager s'phuze bese s'yodl' inyam' yenhloko
Bade lami s'suthe fed' uyazi s'phum' ekasi thina
Noma ningeza one-on-one
Awunawuzoy'mela, yisuse k'dala ngomile
Phina leyo-Jager s'phuze bese s'yodl' inyam' yenhloko
Bade lami s'suthe fed' uyazi s'phum' ekasi thina
[Verse 3: Pervader]
Eh bo-cleva ningazos'tyda
N'nga-compete nathi e-clubini boy-boy ngalan' yi-rider
I'm never riding smooth bayaz' uvel' igandaganda
Hip-Hop Messiah, they already for my residal
Masculin prisons s'kolekeni bayazi s'super viral
Ngena ngenkani k'le-game
We dropping hits, no misses
And who Pervader's is to blame
I never force, they wishing I won the coins, keep the fame
Since I got here, we really on a different ball game
S'yakhuphuka, mina ng'fung' uMa
Bafana nisazojuluka nge-rap
Sen'-cross ama-ocean, ngatsal' embhukubha
Who's been through it all
Yim' one-right la yok'sukuma, they saw me coming
Ningenzi ngathi ng'vele ngavumbhuka
Mina ng'fung' uMa
Bafana nisazojuluka nge-rap
Sen'-cross ama-ocean, ngatsal' embhukubha
Who's been through it all
Yim' one-right la yok'sukuma, they saw me coming
Ningenzi ngathi ng'vele ngavumbhuka

[Verse 4: Toss]
As'phil' i-real life movie
Ang'gijimis' imali, yiyon' ing'thumel' i-location
I don't wanna Eve uzomamel' ama-serpent
I made them believe bazebakhohlwa ama-80 years
Bheka ngiyipantsula and it's evident
Kuth' abaviki if u-weak sizok'nik' ijwal
Sizonenza busy njengekhekhe lama-city girls
Ah vele ni-dizzy if ni-dink nizoluka kimi
[Outro: Kwesta]
Yeah, two-piece ye Dickies phez'kwe yacht
EDubai like Assalaam alaikum
Ekse uz'siz' ungaphiki nezinja zekasi ngob' az'zwani nje nok'khonkotha