De Mthuda
Uthando

Shiya-hoh
Shiva-hoh
Ooh-oh-hoh

Uma usungiyeka
‘Ncon’ uvele uhambe
Uthath’ iimpahla zakho
Ubuyele ekhaya

Uma usungiyeka
K’ncon’ uvele uhambe
Uthath’ impahla zakho
Ubuyele ekhaya

Loluthando belufana nemali
Ngiyolushiya lufana nendlala manje
Loluthando belufana nemali weh
Ngiyolushiya lufana nendlala manje

Mmh hamb’ ubheke le, hamb’ ubheke le
Hamb’ ubheke le, hamb’ ubheke le
Mmh hamb’ ubheke le, hamb’ ubheke le
Hamb’ ubhekе le, hamb’ ubheke lе, hamb’ ubheke le
Shiya-oh
Hamb’ ubheke le, hamb’ ubheke le
Hamb’ ubheke le
Loluthando belufana nemali weh

Kuyindlela yalempilo
Okungapheli kuyabikwa
Kuyindlela oh yalempilo
Okungapheli kuyabikwa

Kuyindlela yalempilo
Okungapheli kuyabikwa
Kuyindlela oh yalempilo
Okungapheli kuyabikwa

Loluthando belufana nemali
Ngiyolushiya lufana nendlala manje
Loluthando belufana nemali
Ngiyolishiya lufana nendlala manje

Uma usungiyeka
‘Kncon’ uvele uhambe
Uthath’ iimpahla zakho
Ubuyele ekhaya

Uma usungiyeka
‘Ncon’ uvele uhambe
Uthath’ iimpahla zakho
Ubuyele ekhaya
Loluthando belufana nemali
Ngiyolushiya lufana nendlala manje
Loluthando belufana nemali boh
Ngiyolushiya lufana nendlala manje