Yonke leminyaka kudala ngihlupheka
Abantu bangihleka minangikabali
Kuphelile, bathi kuphelile
Mama mayefona mntanami kwemzenjani
Ngithi angisakhoni athi ngizothandaza
Kuphethiwe, kuphethiwe
Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina nangisakhuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
Manje ngicula uAmeni, Amen, Amen
Baba ngiyabonga, Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga, Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga
Baba kubuhlungu ukusuka kwakho emehlweni Ami mama
Kodwa ngizizwa ngibusisekile Ngawe
Noma ungasekho emehlweni ami
Ngifisa nokuboleka ifoni yasezulwini
Nami ngizame ukufonela umdali
Ngithole ithuba loluxoxa nawe
Ngoba mama Kuningi, mama kuningi
Ngoba emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina nangisakhuboni
Emoyeni bengiphukile
Nokukhanya mina angisakuboni
Manje ngicula uAmeni, Amen, Amen
Baba ngiyabonga, Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga, Amen, Amen, Amen
Baba ngiyabonga