Welcome to MyBunny.TV - Your Gateway to Unlimited Entertainment!

Enjoy 6,000+ Premium HD Channels, thousands of movies & series, and experience lightning-fast instant activation.
Reliable, stable, and built for the ultimate streaming experience - no hassles, just entertainment!

MyBunny.TV – Cheaper Than Cable • Up to 35% Off Yearly Plans • All NFL, ESPN, PPV Events Included 🐰

Join the fastest growing IPTV community today and discover why everyone is switching to MyBunny.TV!

Start Watching Now
Nomfundo Moh
Umncele
[Intro]
Ngizow’ wela
Ngiyavuma ngizow’ wela

[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele
Uthando luyanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (Ooh, ooh)
Uthando luyanqoba konke

[Verse 1]
Olwasemandulo (lwakdala)
Ngiwel' izibuko
Ngiyokha ngaphesheya
Kunomthombo wamanzi amnandi
Kunejongo eling'funa phansi
Iqhamuk’ isingvimb’ insizw’ izizwa
Ithi uyang'faka noma uyang'khipha?
Dudlu ntombi dudlu (Dudlu), dudlu
Ung'fak’ enhlizweni nom’ ung'khiph’ osizini?

[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele
Uthando luyanqoba konke
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (Oh, oh)
Uthando luyanqoba konke
[Verse 2]
Ngishaya isphithiphithi ngiyazi ngenzani
Isndiyandiya yah
Isgcin’ iyogcagcel’ esokeni
Ngiyeke, ngiyeke mama
Uthando luyangehlula
I put my guard down (Down, down)
Amazw’ akho anamandla
Inhliziyo iyakhathala amanga
Okuz'khohlisa kwam', ngik'nika ucu lwam'

[Chorus]
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncelе (Lo mncele)
Uthando luyanqoba konke (Konkе)
Ngiyezwa mfo (Yezwa mfo)
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (Lo mncele)
Uthando luyanqoba konke (Uthando luyanqoba, luyanqoba konke)
Ngiyezwa mfo
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (Hay' ngizow’wela)
Uthando lyanqoba konke (Ngizow’wela)
Ngiyezwa mfo (Yezwa mfo)
Ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (Lo mncele)
Uthando luyanqoba konke (Hay'bo)