Ungakanani

[Verse]
Ungakanani? (Ungangotshane)
Ungakanani? (Ungangotshane)
Ungakanani? (Ungangoboya benkom'uShak'iNkosi yakwaZulu)
(iNkosi yakwaZulu)
Ungakanani? (Ungangotshane)
Ungakanani? (Ungangotshane)
Ungakanani? (Ungangoboya benkom'uShak'iNkosi yakwaZulu)
(iNkosi yakwaZulu)

Weh nduna (Kwaqhum'umkhonto)
Weh nduna (Kwabamhlophe)
Weh nduna (Niyawabon'amabhunu eqal'uchuku)
(Kumnyama kwenze njani?)
(Kumnyama kwenze njani?)

Weh nduna (Kwaqhum'umkhonto)
Weh nduna (Kwabamhlophe)
Weh nduna (Niyawabon'amabhunu eqal'uchuku)
(Kumnyama kwenze njani?)
(Kumnyama kwenze njani?)

More by Miriam Makeba

All Miriam Makeba songs →