Lwah Ndlunkulu
Abantu
[Chorus: Lwah Ndlunkulu]
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu

[Verse 1: Lwah Ndlunkulu]
Bazokulahlekisa bekudida abantu ngyabazi
Abafuni ukubona umunt'omnyama enza kahle
Ngob'umona uqal'esweni wehle njani uyenhlizweni
Bazokuhlekisa inhlinini bebe bebona kahl'ukuthi
Kogijim'imfene

[Chorus: Lwah Ndlunkulu]
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu

[Verse 2]
Phel'injobo ithungelwabandla
Nemini liyabon'ububende
Zabalaza, qinisa la okholelwa khona
Isikhali sokulwa nezitha impumelelo
Angeke uphumelele mawngaphika ngezinkulumo zabantu
[Chorus: Lwah Ndlunkulu]
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu

[Verse 3]
Noma bekhuluma bethi "Angeke", kuzokhanya bekezela
Ungalinge ulahl'ithemba xabekhuluma ngawe mtakwethu
Bazokhuluma baze bayeke
Ngcel'uphokophelele uqinedolweni
Bazokuzonda uzibuze "Wonene?"
Ngoba bona bekufun'ekhoneni

[Chorus: Lwah Ndlunkulu]
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu