[Pre-Chorus]
Walala, walala ekuseni
Insimbi ya khala, wena ulaleleni? (Yeah yeah yeah yeah)
[Chorus]
Uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?
Hay', uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?
Woh, uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?
Hay', uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?
[Verse]
Qhude manikiniki
Ayihlome ihlasele iyempini
Kuzolunga nini uhleli la endlini?
Isimo siyafana
Uloku uyakhala
Amandla aya hamba, woah-woah-woah, oh
Qhude manikiniki
Angibukisi ngaw, ngiyaku qwasa
Hambo sebenza mntaka mama, alekho oyokubona
Ilanga lakho lingeza
Iphupho lakho linga fezeka
Imali yakho ingangena
Kodwa wena
[Pre-Chorus]
Walala, walala ekuseni
Insimbi ya khala, wena ulaleleni? (Yеah yeah yeah yeah)
[Chorus]
Uzoy'thola kanjani uhlеli ekhoneni?
Hay', uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?
Woh, uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?
Hay', uzoy'thola kanjani uhleli ekhoneni?