Chant
[Intro]
Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo
Izwe, nabakhile kulo
Yena wawusekela
Phezukwezilwandle
Wawumisa phezulu
[Verse 1]
Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo
Izwe, nabakhile kulo
Yena wawusekela
Phezukwezilwandle
Wawumisa phezulu
[Outro]
Phakamisani masango
Nani minyango yaphakade
Ngokuba ingene iNkosi yenkazimulo
Hheyi ingubani leNkosi
Hheyi uJehova onamandla
Iqhawe lempi
UJehova sebawoti
Iqhawe lenkazimulo
Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo
Izwe, nabakhile kulo
Yena wawusekela
Phezukwezilwandle
Wawumisa phezulu
[Verse 1]
Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo
Izwe, nabakhile kulo
Yena wawusekela
Phezukwezilwandle
Wawumisa phezulu
[Outro]
Phakamisani masango
Nani minyango yaphakade
Ngokuba ingene iNkosi yenkazimulo
Hheyi ingubani leNkosi
Hheyi uJehova onamandla
Iqhawe lempi
UJehova sebawoti
Iqhawe lenkazimulo