Glory (feat. Zawadi Yamungu)

Kube wena
Wawungenami ngabe ngaphelel' endleleni
Ngidlul' eyintweni eningi namhlanja ngiyamangala
Ngibonga impilo yami, isimo sami
Jesu ngiyahleka
Impela useduze nabantwana bakho
Ukewangithatha la ngazanga khona
Ngiyoba yini
Wangibeka la ngazanga khona
Ngifike kanjani
Abantu bayamangala
Kuyamangaza
Okwazi ukwenza empilweni yomuntu
Jehova

Konke kungumusa wakhe
(Impela uyayithatha impabanga)
Konke kunguthando lwakhe
(Uyithuntuthu esihlale namagosha)
We give him all the glory
(All the glory)

Yena uhlala nomuntu njalo
(Konke kungumusa wakhe)
Uthembe njengo kusho kwezi lakhe
Oooohhh
Konke kunguthando lwakhe
He said he'll never leave you nor forsake you
(Konke kuzinhlelo zakhe)
Wenze njalo ngempela Jehova
We give him all the glory
All the glory

Oooh
Even though I walk through the darkest valley
I will fear no evil yeah
For you are with me
Oohh
Thembekile Jehova
Uthembekile Jehova
Angaze ngambona okaJehova elahliwe

Oooohhh
(Konke kungumusa wakhe)
Konke kunguthando lwakhe
Musa ovela kuwe
Konke kuzinhlelo zakhe
Musa wakho Jehova
We give him all the glory
(All the glory)

Akuwona uk'hlakanipha kwami
(Konke kungumusa wakhe)
Nokwenza kwami yeah
(Konke kunguthando lwakhe)
Yebo konke nguwe
(Konke kuzinhlelo zakhe)
Ngiyabonga ngiyabonga ngiyabonga
(We give him all the glory)
(All the glory)

Emini ukewaba yintsika yefu
(Konke kungumusa wakhe)
Ebusuku uyintsika yomlilo
(Konke kunguthando lwakhe)
Kwakhanya konke kwakhanya konke
(Konke kuzinhlelo zakhe)
Ooooh yeah
We give him all the glory
All the glory

(Konke kungumusa wakhe)
Konke kungumusa
(Konke kunguthando lwakhe)
Konke uthando lwakhe
(Konke kuzinhlelo zakhe)
Baba ngiyabonga
We give him all the glory
All the glory

Baba ngiyabonga
Ngiyabonga
Mangibuka impilo yami Jehova
Yeyi kungaba nguwe wedwa okwazi
Ukwenza lokhu empilweni yomuntu
Yoh ngiyabonga

More by Nontokozo Mkhize

All Nontokozo Mkhize songs →