Ama hem hem (feat. ShaunMusiq)

[Chorus: Thatohatsi]
Abanye bathi ngyezwa ngama hem hem
Ukuthi ng'thanda wena ngob' une zenzo
Abazi ukuthi kunalent evutha ngaphakathi engitshela ukuthi uyena
Ngisho noma impel angenay' imali ngizomthanda kuze kuwe, mm
Abanye bathi ngyezwa ngama hem hem
Ukuthi ng'thanda wena ngob' une zenzo
Abazi ukuthi kunalent evutha ngaphakathi engitshela ukuthi uyena
Ngisho noma impel angenay' imali ngizomthanda kuze kuwe, mm

[Post-Chorus: Thatohatsi]
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophеlel' emazweni
Ngisho noma еngenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni

[Verse 1: Thatohatsi]
Beng'cela nimkhumbuze
Angisoze ngabuyel' ekhaya mina
Beng'cela nimkhumbuze
Angisoze ngabuyel' ekhaya mina
Beng'cela nimkhumbuze (Ah yela eh)
Ngingabuyele ekhaya mina
Beng'cela ningthuthe
Angisoze ngabuyel' ekhaya mina
Ngakh' ikhaya lana

[Refrain: Thatohatsi]
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni

[Refrain: Sjava & Thatohatsi]
Bayadlala
Dali ngimuyekele
Bayadlala (Oh)
Oh hayi
Themba lami likuyena
Ah yela yehehe (Yebo)
Aah yehehe (Oh hayi)
(Yehehe)
Bayadlala
(Yehehe)
Themba lami likuyena
Dali ngimuyekele

[Chorus: Thatohatsi, Thatohatsi & Sjava]
Abanye bathi ngyezwa ngama hem hem
Ukuthi ng'thanda wena ngob' une zenzo
Abazi ukuthi kunalent evutha ngaphakathi engitshela ukuthi uyena
Ngisho noma impela angenay' imali ngizomthanda kuze kuwe, mm
Abanye bathi ngyezwa ngama hem hem
Ukuthi ng'thanda wena ngob' une zenzo
Abazi ukuthi kunalent evutha ngaphakathi engitshela ukuthi uyena
Ngisho noma impela angenay' imali ngizomthanda kuze kuwe, mm
[Verse 2: Sjava]
Ngyababuka bashiswa imali
Dali bakshela ngemali
Abazi uthando lwethu
Ayi mama aluyi ndawo
Dali iyaphel' imali
Kodwa mina angiyi ndawo
Mina ngiyohlala nawe, good and bad times
Angithi bona banemali
Badlalisa ubukhazi khazi
Bakthembis' oDubai, ngoba mina anginay imali
Ngikunika lonke uthando lwami
Ngoba uthando ludlul' imali
Kanti uthando lwethu lunamandla mama
Thando lwethu ludlul' imali

[Refrain: Thatohatsi]
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
Ngisho noma engenayi mali
Eh mina naye sophelel' emazweni
[Outro: Sjava & Thatohatsi]
(Yewena mshonizi)
Bayadlala, uh
Phelel' emazweni
Nika lonk uthando lwami yeah yeah