Thandolwethu (feat. Zamambo Mkhize & Umfana weKhansela)

Ungayeki ngibambe
Ungisondeze 'duze
Khuluma kimi emadlebeni ami
Ngitshele ukuthi uyangithanda
Ungayeki ngibambe
Ungisondeze 'duze
Khuluma kimi emadlebeni ami
Ngitshele ukuthi uyangithanda
Ngicela ukuzwa ngawe
Angisafuni ukuzwa omuny' umuntu
Ngicela amadleb' ami ahlale kuwe
Ngivele ngizwe ngawe

Thandolwethu
Thandolwethu
Thandolwethu
Thandolwethu

Ngiyak'thanda namuhla nak'sasa (Thandolwethu)
Naphakade (Thandolwethu)
Naphakade (Thandolwethu)
Naphakade (Thandolwethu)
Ngiyak'thanda namuhla nak'sasa (Thandolwethu)
Naphakade (Thandolwethu)
Naphakade (Thandolwethu)
Naphakade (Thandolwethu)

'Yabona loluthando ngane yabantu
Lufun' ukuthi sibambisane
Ukuze nalaba abeza em'va kwethu
Bebone ukuthi uthando int' enhle
'Yabona loluthando ngane yabantu
Lufun' ukuthi sibambisane
Ukuze nalaba abeza em'va kwethu
Bebone ukuthi uthando int' enhle
Maw'ngahlala nami, ngihlale nawe themba lami
Akukho okuyosihlupha
Soyhlalela sobabili njengamajuba
Aw themba lami
Maw'ngahlala nami, ngihlale nawe themba lami
Akukho okuyosihlupha
Soyhlalela sobabili njengamajuba
Aw themba lami
Abantwana abasakhulayo
Bavumeleni bebukele kithi
Ngoba umbuso wothando
Ungowami nawe themba lami
Dali, dali, dali eh
Ehh-ihh-ehh
Ihh-ihh-ehh
Dali, dali, dali eh (Thandolwethu)
Uhh-uh-uh-uh (Thandolwethu)
(Thandolwethu)
(Thandolwethu)
Dali, dali, dali eh (Thandolwethu)
Uhh-uh-uh-uh (Thandolwethu)
Awu ehh (Thandolwethu)
(Thandolwethu)

Ngilapha kuwe ngezinhloso ezinhle
Angeke, ngeke ngize ngikulahle
Angeke, ngeke ngize ngiphele kuwe
Ngiyohlala ngikhona
Ngilapha kuwe ngezinhloso ezinhle
Angeke, ngeke ngize ngikulahle
Angeke, ngeke ngize ngiphele kuwe
Ngiyohlala ngikhona

Thandolwethu
Thandolwethu
Thandolwethu
Thandolwethu