[Intro]
(Fak'intelezi KingLee)

[Verse 1: Empro]
Oh, angi understand emhlabeni kunjani
Aw' mina bengi happy, yeah, nginomuntu wami
Oh, angi understand emhlabeni kunjani, yeah
Bengi happy, ngijabule mina

[Chorus: Empro]
Buka manje ungishiyile u my lavo
Ungshiyile umuntu wam'
Ungishiyile u my lavo, oh, oh, oh
Buka manje ungishiyile u my lavo
Ungshiyile umuntu wam'
Ungishiyile u my lavo, oh, oh, oh

[Verse 2: Empro]
Nasesb’suku ubungay’ bambi phone
Kusas’ ekseni ungitshele izitory
Bengith’ ubusy neskolo
Kanti ubusy nePolo
Nasesb’suku ubungay’ bambi phone
Kusas’ ekseni ungitshele izitory
Bengith’ ubusy neskolo, yeah
Kanti ubusy nePolo, yeah

[Verse 3: Mlindo the Vocalist]
Ngempеla bafana nizwa kanjan'?
Angithi nganitshela kwiBamthathile
Ngang’ngagcini lapho ngaphinde nganitshеla kwiMablesser
Hayi lalelan ke bafana nginfake iskolo
Umuntu wesfazane ngeke umu understand-e
Mele umnike uthando bese ubuyele nganeno, oh
Ungamenzela konke okukhona ngaphansi kwelanga
Kodwa mayesekhathele ntwana yami uzok’shiya, ah
Bese ungene kwi depression ufuna ukuy’bulala, yeah yeah yeah
Manje sek’hlushwa thina kuthiwa sok’siza, yeah, yeah, yeah, yeah

[Chorus: Empro, Mlindo the Vocalist, Empro & Mlindo the Vocalist]
Buka manje ungishiyile u my lavo (Ungishiyile u my lavo)
Ungshiyile umuntu wam' (Ungshiyile umuntu wam')
Ungishiyile u my lavo, oh, oh, oh, yeah, yeah
Buka manje ungishiyile u my lavo (Ungishiyile u my lavo)
Ungshiyile umuntu wam' (Ungshiyile umuntu wam')
Ungishiyile u my lavo, oh, oh, oh

[Bridge: Empro]
Ubengasang’thandi udali
Bengibona ngezenzo zakhe
Ubengasang’thandi udali
Bengithi mina naye, sizoya kude

[Chorus: Empro]
Buka manje ungishiyile u my lavo
Ungshiyile umuntu wam'
Ungishiyile u my lavo, oh, oh, oh
Buka manje ungishiyile u my lavo
Ungshiyile umuntu wam'
Ungishiyile u my lavo, oh, oh, oh