Rush Hour

Lapho engiya khona driver ang'fikile
Kusasele nom' elilodwa i-hour
Driver ng'phuthumise khona
Ngoba k'fanele ngifikile
Lapho engiya khona driver angikafiki
Kusasele nom' elilodwa ihora
Driver ng'phuthumise khona
Ngoba k'fanele ngifikile
Isikhathi mina singiphelele
Namatekisi asengiphelele
Neplani mina isingiphelele
Angifuni uthando lungiphelele
Isikhathi mina singiphelele
Namatekisi asengiphelele
Neplani mina isingiphelele
Angifuni uthando lungiphelele

Mageza
Ngicela ungisize
Khon' obaleka nenhliziyo yami
Asiphuthume uthando kwi rush hour
Somatekisi wami muhle
Cel' ungisize
Khon' obaleka nenhliziyo yami
Ngicela siphuthume uthando kwi rush hour

Phuthum' uthando kwi rush hour yeye
Phuthum' uthando kwi rush hour yeye
Khon' obaleka nenhliziyo yami
Asiphuthum' uthando kwi rush hour
S'phuthum' uthando kwi rush hour yeye
S'phuthum' uthando kwi rush hour yeye
Khon' obaleka nenhliziyo yami
Asiphuthum' uthando kwi rush hour

(Isikhathi mina singiphelele)
(Namatekisi asengiphelele)
(Neplani mina isingiphelele)
(Angifuni uthando lungiphelele)

Phuthum' uthando kwi rush hour yeye
Phuthum' uthando kwi rush hour yeye
Khon' obaleka nenhliziyo yami
As'phuthum' uthando kwi rush hour
S'phuthum' uthando kwi rush hour yeye
S'phuthum' uthando kwi rush hour yeye
Khon' obaleka nenhliziyo yami
As'phuthum' uthando kwi rush hour

Ufuna mina ngilale kuye (Awu)
Ufuna mina ngifikele kubo (Awu, awu-awu, awu)
Ufuna mina ngilale kuye (Awu, awu-awu, awu)
Amatekisi asengiphelele (Awu, awu-awu, awu)
Ufuna mina ngilale kuye (Awu)
Ufuna mina ngifikele kubo (Awu, awu-awu, awu)
Ufuna mina ngilale kuye (Awu, awu-awu, awu)
Amatekisi asengiphelele (Awu, awu-awu, awu)

Mageza
Ngicela ungisize
Khon' obaleka nenhliziyo yami
As'phuthum' uthando kwi rush hour

Mangafika ngale kwe-hour sengizolithola khon' uthando
Driver ngiphuthumise khona
Ngiyal'phuthumis uthando
Mangafika ngale kwe-hour sengizolithola khon' uthando
Driver ngiphuthumise khona
Ngiyal'phuthumis uthando

More by Sminofu

All Sminofu songs →