UMZILA WETHU

Ngithunywe uBendla
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Ngithunywe uDavid
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Ngithunywe uNoshi
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Ngithunywe uMavava
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Ngithunywe uMhlezek'funa
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Uthi ngumzila wakhe lona
(Uthi la ningalayishi, akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Uthi ngumzila wakhe lona
(Uthi la ningalayishi, akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Uthi kazikhe y'chithe (uthi la ningalayishi)
Kuyoze kulungiswe kulayishe thina (akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Uthi kazikhe y'chithe (uthi la ningalayishi)
Kuze kulungiswe kulayishe thina (akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Ngithunywe oDladla
Bathi la ningalayishi, kulayishe thina
Indoda engaziwa
Ithi la kungalayishwa, akulayishwe thina
Ngithunwe uMadlangala
Uthi la ningalayishwa, akulayishe thina
Ngithunye nguNdlovu eNquthu
Kungalayishwa, akulayishe thina
Ngithunywe uMqikilelwa
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Yeyi, ngithunywe ngoGcaba
Bathi la ningalayishi, akulayishe thina
Ngithunywe nguSgxobo
Uthi la kungalayishwa, akulayishwe thina
Uthi ngumzila wakhe lona
Kungalayishwa, akulayishe thina
Uthi ngumzila wakhe lona
Ningalayishi, akulayishe thina
Uthi mazikhe y'chithe
Kuyoze kulungiswe akulayishe thina
Azikhe ay'chithe
Kuyoze kulungiswe akulayishe thina
(Uma eseshilo, useshilo ak'shilo)
(Angeke k'shintshe)
(Uma eseshilo, useshilo ak'shilo)
(Angeke k'shintshe)
(Sebeshilo sebeshilo abelungu)
(Angeke k'shintshe)
(Sebeshilo sebeshilo abelungu)
(Angeke k'shintshe)
Ngithunywe nguThwala
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Ngithunywe uSketi
Uthi la ningalayishi, akulayishe thina
Uthi ngumzila wakhe lona
(Uthi la ningalayishi, akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Uthi ngumzila wakhe lona
(Uthi la ningalayishi, akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Uthi mazikhe zichithe (uthi la ningalayishi)
Kuyoze kulungiswe, akulayishe thina (akulayishe thina)
(Uthi la ningalayishi)
Ngithunywe nguMbatha
Uthi la kungalayishwa, akulayishwe thina
Ngithunywe uMJ Zondi
Kulayishe thina
Wama phambi kweyami (uthi la ningalayishi)
Kule yakho kuma bani? (Kulayishe thina, uthi la ningalayishi)
Wama phambi kweyami (uthi la ningalayishi)
Kweyakho kuma bani? (Kulayishe thina, uthi la ningalayishi)
Kweyakho kuma bani? (Uthi la ningalayishi)