A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #

Simmy

"Ngonile"

[Verse 1]
Ngenza kwabanzima ukuthanda mina
Ngakubukisa nezwe lonke
Bathi "intwenhle awuyazi until it's gone"
It’s gone s'thandwa ngiyavuma
Ngiyiphulil' inhliziyo yakho
Yebo ngiyavuma ngizithoba phambi kwakho

[Chorus]
Ngonile, ngonile, ngonile, ngonile
Ngicel’uxolo baby
Awu ngicel' uxolo baby
Soka lami
Ngonile, ngonile, ngonile, ngonile
Ngicel'uxolo baby
Awu ngicel' uxolo baby

[Verse 2]
Yebo siyash' isiZulu
Sithi akulungi konke, no
Nami ngiyabona ngizolahlekelwa nguwe
Oh, s'thandwa ngiyavuma ngidlalile
Oh s'thandwa ngiyavuma
Ngizithoba phambi kwakho

[Chorus]
Ngonile, ngonile, ngonile, ngonile
Ngicel'uxolo baby
Awu ngicel’ uxolo baby
Soka lami
Ngonile, ngonile, ngonile, ngonile
Ngicel’uxolo baby
Awu ngicel' uxolo baby

[Outro]
Ngonile bo
Ngicel’ uxolo baby
Ngicel' uxole baby
Ngicel' uxole baby
Ngicel' uxolo baby
Ngicel’ uxole baby

A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z #


All lyrics are property and copyright of their owners. All lyrics provided for educational purposes and personal use only.
Copyright © 2017-2019 Lyrics.lol