Sondela Babe

[Intro]

Eish! mamela mpintshi. Eish! awung'zwanga grand last time yaz'

Mamela, please pay attention tu
It's About Damn Time! Sbalakau



[Verse 1]

Ngiyaz' ung'fake ku Friend Zone, ozok'thanda like me akekho

I think I should let u know, ngabe bow'nam' I'd never let you go

Ngiyadlala ungajabula bo, kodwa inside ung'kill(a) slow

Umbona ne-cherry everywhere you go, mara usafosta, bak'dlisile ntombi

I wannna know what's up right now, uya le na lena ende lent' iyang'hurta

We can turn it up right now, sith'uk'move(a) kancane, silok' siy'jay'vela

Wehlise i-stress mnganan' 'cause uyak'cheat(ela), aka phone(i) phela

Ngizohlale nginawe mngan' wam', anything oy'funayo, ung'thinte ngizovela

Ey, uk'hurta kakhulu, maw'bekezela yena wenza kakhulu

S'nini nini unoGugu, mawumxolela umbona noDudu

Lomfana is'duphung', lama side chick wakhe uwabona eb'suku

Makaphethe inyuku, udlal' i-hide & seek, uthanda umkoko

Manje baby sondela, mina ngigrand kabi, angiyi le & lena

Lana kuwe ngiyaz'fela, ithi ngishay' get down, Friend Zone party

Ey babe ngiyak'tshela, sizobangena, mina nawe uyaz'

Uzoz'bonela, ngik'thanda kanjani, nginike i-chance



[Hook]

Ngimtshel' ivaar, but she thinks she knows better, bheka

Lomfana akekho right, manje baby sondela, dela

Ngimtshel' ivaar, but she thinks she knows better, bheka

Lomfana akekho right, manje baby sondela, dela

Ey, sondela babe. Lomfana udlala ngawe, usile!

Ey, sondela babe. Lomfana udlala ngawe, usile!

Ey, sondela babe. Lomfana udlala ngawe, usile!

Ey, sondela babe. eh usile! eh usile!



[Verse 2]

Ey, phela ikhanda lisaduma, ey what should I do now?

Ey, phela ngimthanda kakhulu, inhliziy' ib'hlungu & uthanda uk'phuza

Ey, lomntwana ngiyamfuna, ey, don't call me a loser

Ey, phela akafuni ukung'qom', uyay'thanda lendoda, ama-gents ayang'boo(wa)

Ye ayi ayikabi, but I can do better

In case bow'ngazi, ngiyajabula makak'cheat(ela)

Phela mina ngiyingwazi ende nestina ngingas'lahlela

Phela ngiphuma ekasi, lentwana yakho ngingay'gcwal'sela

I think I got this, don't wann hold grudges

Please come closer, mina ang'joli but u can be my side chick ey

Ngiyintwana yaseSaudi babe, kumele everyday uze

Sith' uk'chill(a) 'cause ngiyak'feel(a) & play my music

Manje baby sondela, mina ngigrand kabi, angiyi le & le

Lana kuwe ngiyaz'fela, ithi ngishay' get down, Friend Zone party

Ey babe ngiyak'tshela, sizobangena, mina nawe uyaz'

Uzoz'bonela, ngik'thanda kanjani, nginike i-chance



[Hook]

Ngimtshel' ivaar, but she thinks she knows better, bheka

Lomfana akekho right, manje baby sondela, dela

Ngimtshel' ivaar, but she thinks she knows better, bheka

Lomfana akekho right, manje baby sondela, dela

Ey, sondela babe. Lomfana udlala ngawe, usile!

Ey, sondela babe. Lomfana udlala ngawe, usile!

Ey, sondela babe. Lomfana udlala ngawe, usile!

Ey, sondela babe. eh usile! eh usile!

More from It's About Time: The Return (2016)

More by T.West

All T.West songs →