Major League Djz
Nguwe
[Verse 1:Daliwonga]
Lento ngayi funda kuwe
Isibuhlungu masengiyenza kuwe
Iskeleme ngase funda kuwe
U feel-a guilty masengiyenza kuwe
Bekhuhlungu ungishiya uthi uyabuya
Mangisala nginosizi, kungeko uk'jabula maan
Mase ngiyenza kuwe
Isibuhlungu masengiyenza kuwe

[Chorus: Daliwonga]
Ngasifundiswa nguwe
Ngasifundiswa nguwe
Ngayifunda kuwe
Ngayibona kuwe
Ngayifunda kuwe
Ngayibona kuwe
Ngasifundiswa nguwe

[Verse 2: Sir Trill]
Nami ngayifunda kuwe
Nana uphi ungenza ikhanda lizule
Lokhe ngibhekile ngithule
Bezimnandi, sekhubuhlungu ngakuwe
Ngatshela amajitha "i-catchile"
Ngik'thanda kanti udlalile
Mara why?
Why?
Ngatshela amajitha "i-catchilе"
Ngik'thanda kanti udlalile
Mara why?
Why?
[Chorus: Daliwonga]
Ngasifundiswa nguwe
Ngasifundiswa nguwe
Ngayifunda kuwе
Ngayibona kuwe
Ngayifunda kuwe
Ngayibona kuwe
Ngasifundiswa nguwe

[Guitar Solo]